Liyaqhubeka elokudlwengulwa kowesifazane eNdiya

2013-01-10 11:01

New Delhi - Ummeli wabathathu abasolwa ngokudlwengula babulale ngesihluku owesifazane eNew Delhi, uthi bazoliphika leli cala eselivuse imibuzo eminingi ngempatho yabesifazane eNdiya.

UManohar Lal Sharma uthi umele umshayeli webhasi uRam Singh, umfowabo kaRam Singh uMukesh, nomunye umlisa ongu-Akshay Thakur, ummeli ukhulume kafushane ngesikhathi eyongena eNkantolo eNew Delhi, kuleli cala lokuhlaselwa kowesifazane, owahlaselwa ebhasini enhlokodolobha yezwa.

Ekulalelweni kwecala kuzokwenzeka ngoLwesine, kanti kulindeleke libe selidluliselwe enkantolo eyisipesheli lapho elizosheshishwa khona.

Ezomthetho eNdiya kuthiwa zishaya ngolonwabu futhi zimosha isikhathi, kodwa izikhulu zizimisele ngokuthi lelicala elidonse amahlo abaningi lisheshiswe.





 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-26°C Sunny. Warm. Pta: 17-27°C Passing showers. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 12-22°C Rain showers. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 14-27°C Showers late. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-18°C Rain showers. More clouds than sun. Cool. PE: 15-19°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...