Lithole unkosikazi ikhehla eli-120 ubudala

2011-10-26 10:43

New Delhi – Owesilisa waseNdiya oneminyaka engu-120 ubudala useshade okwesibili emuva kokuthi abazukulu bakhe bemtholele umakoti, kusho imibiko ngoLwesithathu.

Emuva kokushona kukankosikazi wakhe ngo-2005, uHazi Abdul Noor, wacela izingane zakhe ukuthi zimtholele inkosikazi ezokwazi ukumnakekela, kubika iphephandaba iTimes of India.

Indodana kaNoor, uHazir Asir Uddin. ithe bekungelula ukumtholela unkosikazi.

"Ngosizo lweNkosi, sesithole umama omusha…," kusho u-Asir Uddin.

UNoor ushade noSamoi Bibi oneminyaka engu-60 ubudala ngeSonto.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- Sapa-DPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-22°C Mostly sunny. Mild. Pta: 18-27°C a few tstorms. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 14-21°C Passing showers. Partly sunny. Mild. Bloem: 14-22°C Numerous showers. Morning clouds. Mild.
Dbn: 20-29°C Rain late. Afternoon clouds. Warm. PE: 17-20°C Showers late. More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...