Kweqe iziboshwa ePhilippine

2012-07-10 07:21
Yabelani Shicilela

Cotabato City - Amaphoyisa asePhilippine athi kweqe lowo osolwa ngokuba ngumholi weziboshwa ngaphakathi kanjalo neziboshwa eziyishumi kuleliya lizwe ngokuthi basike izinsimbi.

Leli qeqebana leqe ejele eliseCotabato City emuva kokushushumbisa isaha ngewindi lasethoyilethi, kusho isikhulu samaphoyisa endawo uDanny Reyes etshela izintatheli.

"Seluqalile uhlelo lokuthungatha abeqile," kusho uReyes, enezezela ngokuthi kulolu hlelo kukhona amaphoyisa nabombutho wezempi.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa - AFP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-18°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Pta: 8-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 10-19°C Sunny. Mild. Bloem: 9-23°C Morning clouds. Mild.
Dbn: 17-29°C High level clouds. Pleasantly warm. PE: 12-19°C Showers late. Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...