Kweqe iziboshwa eMexico

2012-09-18 15:57

Torreon - Okungenani zingu-132 iziboshwa ezeqile ejele laseMexico maduzane nomngcele ongenela eMelika.

Iziboshwa zeqe zisebenzisa umgudu ongaphakathi ejele, eziwumbe zona mathupha, kusho umshushisi woMbutho.

Sekujusthwe ithimba lamaphoyisa kanye namasosha ukuthi liphumele emigwaqeni ligade okusolisayo, uhulumeni waseMelika usazisiwe ngokweqa kwalezi ziboshwa, kuze naye ezoqapha umngcele.

Iziboshwa kuthiwa zisebenzise ummhume lona eziwumbile, zase zisika uthango obelubiyele, kusho isitatimende samaphoyisa.

Uhulumeni usekhiphe umehlokaboni ka-$15 600 kulabo abangaba nolwazi olungaholela ekuboshweni kabusha kwalaba.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Asethweswe icala amasosha abulale elinye

Emizuzwini eyi-24 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-20°C Sunny. Mild. Pta: 3-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-16°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 0-19°C Sunny. Mild.
Dbn: 10-27°C Sunny. Pleasantly warm. PE: 12-21°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...