Kweqe 17 weziboshwa e-Iraq

2012-03-23 12:03

Baghdad - Amaphoyisa ase-Iraq athi zingu-17 iziboshwa ezeqile ejele elisenhla nedolobha iBaghdad.

Iphoyisa uSarhat Qadir uthi ngoLwesihlanu, iziboshwa eziyishumi kulezi ezeqile bezidonsa izigwebo.

UQadir uthi iziboshwa zisebenzise izingubo zazo zokulala, zibambelela.

Kumanje amaphoyisa aphume inqina.

Idolobha ekweqe kulo iziboshwa liyisizinda sikawoyela, kunjalo liyisizinda sodlame phakathi kwamaqembu amathathu iKurds, ama-Arabs neTurkomen.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C Sunny. Cool. Pta: 18-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 17-29°C Morning clouds. Pleasantly warm. Bloem: 16-28°C a few tstorms. Morning clouds. Warm.
Dbn: 20-27°C Heavy rain. Breaks of sun late. Warm. PE: 14-19°C Passing showers. More clouds than sun. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...