Kweqe 12 weziboshwa eNepal

2012-11-09 10:01

Katmandu - Izikhulu eNepal zithi kweqe iziboshwa ezingu-12 okubalwa nezaseNdiya naseBangladesh ngokumba umhhume ezeqe ngawo ejele eliseHimalayan.

Owamaphoyisa uChatra Karki uthi lezi ziboshwa zeqe ngoLwesine ebusuku ejele eliseningizimu mpumalanga neKatmandu.

Amaphoyisa aphansi phezulu ayazithungatha.

Lezi ziboshwa zimbe lo mhhume ongamamitha angu-12 ubude zase ziphuma ngawo.

Kwabeqile kubalwa nalabo ababoshelwe ukudlwengula, ukuthumba, ukweba nokubulala.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kushone 9 bephuma ukuyogubha uDiwali

Emizuzwini eyi-26 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-24°C Sunny. Mild. Pta: 17-32°C High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 14-27°C Morning clouds. Pleasantly warm. Bloem: 15-30°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-24°C Morning clouds. Mild. PE: 16-21°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...