Kwehlile ukuzibulala kwabantu eJapan

2013-01-17 12:02
Yabelani Shicilela

Tokyo - Amaphoyisa kanye nohulumeni bathi zehlile izehlakalo zokuzibulala kwabantu eJapan, zehla zangaphansi kuka-30 000, okuyisilinganiso esiphansi kakhulu uma kuqhathaniswa naseminyakeni engu-15 eyedlule.

Izibalo zidedelwe ngoLwesine, zikhishwa ngabakwaNational Police Agency, abathe bangu-19 216 abesilisa abazibulala babe ngu-8 550 abesifazane.

Izikhulu zithi izibalo bezilokhu zehla eminyakeni eyedlule, ikakhulukazi ekuzibulaleni kwabantu asebekhulile besilisa.

UMakoto Okada oyisikhulu esiphezulu kuhulumeni, uthi ingcindezi kwezomnotho ngezinye zezinto eziholela ekutheni abantu bagcine bezibulala.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-17°C Partly cloudy. Cool. Pta: 6-20°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-16°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 2-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 9-24°C Sunny. Mild. PE: 11-18°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...