Kwebiwe idayimane lezigidi eBrussels

2013-02-19 14:04

Brussels - Izigilamkhuba ebezihlomile zigasele esikhumulweni sezindiza eBrussels, zakhala zemuka nedayimane elingaba yizigidi zama-euros, kusho isiteshi sikamabonakude ezweni laseBelgium.

Izigilamkhuba lezi zihlasele iloli lonogada, njengoba bekulindeleke kuthuthwe leli dayimane, lithuthelwe eSwirtzerland.

Isiteshi sikamabonakude i-VRT, sithi idayimane elebiwe isamba salo siphakathi kuka-€350 million no-€50 million.

Lokhu kwebiwa kwamadayimane kungokukhulu kokuke kwabonakala ezweni, abashushisi sebeqinisekise lesi sehlakalo.

Imininingwano eminingi kuthiwa izovela uma sekubanjwe isithangami nabezindaba.





 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-22°C Morning clouds. Mild. Pta: 15-30°C Showers early. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 12-24°C Showers early. Morning clouds. Mild. Bloem: 12-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 19-29°C Tstorms late. Afternoon clouds. Warm. PE: 15-21°C Scattered clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...