Kuzokwethulwa uMitt Romney

2012-08-24 14:07

Tampa - Ngemuva kwezinyanga kuqhutshwa umkhankaso wokulungiselela ukhetho lobuholi bezwe iMelika, iqembu iRepublican lizokwethula ngokusemthethweni uMitt Romney njengelungu elizobanga isikhundla noMengameli uBarack Obama.

Kulindeleke ukuthi amaMelikana abambe ukhetho ngenyanga kaNovemba.

Emasontweni amabili azayo, amaRepublican azobamba inkomfa enkulukazi, ekulindeleke ukuthi kwethulwe kuyo uRomney njengelungu ezoncintisana no-Obama.

Imbangi lena ichazwa njengencithabuchopho, ikholwa, usomnotho kanjalo nobaba wekhaya.

Kubhekeke ukuthi azame ukubonisa abantu bezwe ukuthi bangathembela kuyena njengomengameli abangamethemba eminyakeni emine ezayo.

 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-16°C Rain showers. Afternoon clouds. Cool. Pta: 3-20°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-13°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 0-10°C Sunny. Cool.
Dbn: 10-18°C More sun than clouds. Cool. PE: 11-18°C Rain early. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...