Kuzofungiswa iKhabhinethi ePalestinian

2012-05-16 16:38
Yabelani Shicilela

Ramallah - Lizothi lisa elangoLwesine lizobe selifungisiwe iKhabhinethi elisha lasePalestine eWest Bank, kudalula uMengameli wezwe uMahmoud Abbas.

"Siqala uhulumeni omusha ePalestinian," kusho umengameli ekhuluma engqungqutheleni eqhubekayo.

Kudala uhlelwa lo hulumeni, kusukela kwashiya ubuholi obudala ngenyanga kaFebhuwari ngonyaka ka-2011.

U-Abbas wayecele uNdunankulu uSalam Fayyad kuthi abhekele wonke umsebenzi wokuhlelwa kweKhabhinethi elisha, nokho lowo msebenzi wamiswa ngemuva kwezinguquko ezaba khona ezihlanganisa ukuzibandalanya kweqembu lika-Abbas nenhlangano yamaSulumane iHamas.

Uguquko yilo oluholele ekutheni kubekwe ikhabhinethi entsha eyandulela  ukhetho ekulindeleke lubanjwe ngenyanga kaMay.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).





Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-23°C Sunny. Mild. Pta: 10-18°C Morning clouds. Mild.
Jhb: 8-14°C Morning clouds. Cool. Bloem: 9-19°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 14-22°C Morning clouds. Mild. PE: 12-24°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...