Kuyintando yoMdali - Pope

2013-02-25 07:16

Vatican City - UPope Benedict ukhulume evele ngewindi okokugcina ngci ngeSonto, etshela amakholwa abebuthelene eSt Peter's Square ukuthi ukusula kwakhe esikhundleni kuyintando kaNkulunkulu, wagcizelela ekutheni "akalilahli" ibandla.

Ngemuva kweminyaka eyisishiyagalombili yokubusa obekuphelezelwa yizinkinga kukaPapa, 85, amehlo athe njo ngokuqokwa kukalowo ozongena ezicathulweni zakhe, nokungase kube ngu-Archbishop waseScotland owake wasolakala ngokunukubeza abefundisi abancane ngeminyaka yawo-1980.

UPope Benedict uzobeka phansi izintambo ngasekupheleni kwale nyanga.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Reuters

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-19°C Rain. Morning clouds. Pleasantly warm. Pta: 18-33°C Mostly sunny.
Jhb: 17-27°C More sun than clouds. Bloem: 16-33°C Rain early. More sun than clouds. .
Dbn: 19-24°C Rain late. More sun than clouds. . PE: 17-22°C Afternoon clouds.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...