Kuyadabukisa okwaseSyria - Izingqapheli

2012-12-12 16:24

Atmeh - Alisenzi msebenzi otheni itende elikhoselise abantu abababaleke bashiya amakhaya abo njengoba kuqhubeka izimpi eSyria, kusho izingqapheli.

Kuthiwa isimo simbi kakhulu njengoba kungena ubusika, abahlali kuthiwa bayagula, ikakhulu izingane.

Sekuphele izinyanga ezingu-21 kuqhubeka impi yokuzama ukuqumba phansi uMengameli uBashar Assad, lokhu usekukholele ekutheni abantu abalinganiselwa ku-3 million babaleke bashiye amakhaya abo.

Bangu-12 000 abantu abakhoselise amakhanda etendeni eligxunyekwe e-Atmeh, laba batheleka kuleli tende, benalokho ababekugqokile kuphela.

"Anginalutho enginakho, ngithembe umusa kaNkulunkulu kuphela," kusho umfelokazi uMariam Ghraibeh, 60.




Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-18°C Rain. Morning clouds. Cool. Pta: 19-33°C Showers early. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 17-27°C Showers early. More sun than clouds. Pleasantly warm. Bloem: 16-32°C Rain early. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 19-26°C Heavy rain late. Afternoon clouds. Mild. PE: 16-23°C Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...