Kuvalwe amakilabhu eBrazil

2013-02-05 07:22

Rio de Janeiro - Umlilo owaqubuka endaweni yokuzijuxuza kwashona abantu abangu-237 usugubezele umcimbi iCarnival ngefu elimnyanga, ngenxa yokuvalwa kwamakilabhu angahambisani nemithetho yezokuphepha eBrazil.

Izindawo eziningi zalabo abahamba imicimbi yasebusuku zivaliwe kulandela ukuthi iziphathimandla zaseBrazil ziphume inqina ukuqinisekisa ukuthi kuyahlangatshezwana nemithetho yezokuphepha.

Lokhu kulandela isigameko sangesonto eledlule esenzeke eSanta Maria.

Amaphoyisa ayamanisa lesi sibhicongo nokusetshenzizwa kwamakhilikithi ayesetshenziswa yiqembu lezomculo ngaphakathi kule kilabhu.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-24°C High level clouds. Mild. Pta: 12-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-22°C Sunny. Mild. Bloem: 9-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 14-26°C More sun than clouds. Mild. PE: 12-23°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...