Kuthungathwa abaduke eDutch

2012-12-06 12:02

New York - Abatshuzi baseDutch bayaqhubeka nokuthungatha abantu abebesemkhumbini ocwile ngemuva kokushayisa eNorth Sea ngoLwesithathu ebusuku – kuzothungathwa izidumbu eziyisikhombisa kuphela.

UPeter Westenberg weDutch Coast Guard ngoLwesine uthe: "ngenxa yezinga lokubanda kwamanzi kanye nesikhathi esesidlulile, asisenalo ithemba lokuthola abaphilayo.”

Siyangokuthula isimo sezulu ebesinezivunguvungu.

Lo mkhumbi ongamamitha angu-148 iBaltic Ace ushayisane nonamamitha angu-134 iCorvus J ebumnyameni ogwini oluseningizimu yeNetherlands. Imbangela ayikaziwa.

Kutholwe izidumbu ezine ngoLwesine, kwahlangulwa abayishumi nanye abebesaphila.

Amabhanoyi kuhlanganisa nanophephela emhlane kanye nemikhumbi iyalekelela.

 

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-21°C Sunny. Cool. Pta: 17-27°C Afternoon clouds. Warm.
Jhb: 13-22°C Broken clouds. Mild. Bloem: 13-26°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 17-24°C More sun than clouds. Mild. PE: 17-26°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...