Kutholakale 17 wezidumbu epulazini Mexico

2012-09-17 07:13

Jalisco - Izikhulu zaseMexico zithi zithole izidumbu ezingu-17 ebezigenciwe epulazini elisenkabeni yezwe, nehaqwe kakhulu wudlame lwezigelekeqe ezidayisa izidakamizwa.

Umshushisi waseJalisco uTomas Coronado Olmos uthe lezi zidumbu bezilaxazwe emgwaqeni omkhulu ngasedolobheni iTizapan el Alto.

Lezi zidumbu zitholakale ngeSonto, lapho iMexico ibibungaza usuku eyathola ngalo uzimelegeqe.

 

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa - AP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-21°C Mostly sunny. Mild. Pta: 10-25°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 6-20°C Sunny. Mild. Bloem: 5-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-21°C Showers late. Morning clouds. Cool. PE: 12-19°C Rain showers. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...