Kushone umvukuzi eVietnam

2012-04-16 08:30

Haoi- Kubhidlike udonga emayini yamalahle enhla nezwe iVietnam kwashona umuntu oyedwa kwathi abahlanu banyamalala kulesi sehlakalo esenzeke ngempelasonto.

Isikhulu esifundazweni iThai Nguyen uDang Viet Thuan, uthi kutshalwe amasosha amaningi kanjalo namaphoyisa ukwelekelela ukuthungathwa kwabavukukuzi abanyamalele.

Isehlakalo senzeke ngeSonto, abathathu kulaba abanyamalele ngamalungu omndeni owodwa.

Imibiko yephephandaba lendawo iTuoi Tre, ithi abayisikhombisa bakwazile ukuputsha babaleke.

Kuyaphenywa ngale ngozi.

 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-22°C Mostly sunny. Cool. Pta: 17-31°C Tstorms early. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 15-28°C Tstorms early. More sun than clouds. Pleasantly warm. Bloem: 16-32°C Sunny. Warm.
Dbn: 20-24°C Widely scattered tstorms. Decreasing cloudiness. Mild. PE: 17-22°C More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...