Kushone onogada kuhlasela iTaliban

2012-06-22 10:02
Yabelani Shicilela

Kabul - Kuhlasele izihonga zaseTaliban ehhotela elisenhla neKabul, zaziqhumisa ngamabhomu kwashona onogada abathathu kwaphinda kwathunjwa nabantu.

Abazibulale ngamabhomu bebephethe izibhamu, bangene ehhotela iSpozhmai, badubula ngezibhamu ngaphambi kokuthi baziqhumise ngamabhomu, kusho isikhulu samaphoyisa uMohammad Ayub Salangi.

Oshayasibhamu baqhubeke amahora amade belwa namaphoyisa ase-Afghan, kuthiwa insizi yezibhamu ibiyenza kube nzima ukuthi kubonakale kahle okuqhubekayo.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- Sapa - AP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-21°C Sunny. Mild. Pta: 10-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 8-17°C Sunny. Mild. Bloem: 7-16°C Sunny. Cool.
Dbn: 15-22°C Widely scattered tstorms. Broken clouds. Cool. PE: 11-19°C Heavy rain. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...