Kushone omunye kolwekilabhu

2013-02-06 07:23
Yabelani Shicilela

Sao Paulo - Kugcine kumenele owesilisa, 20, owalimala kabi ngesikhathi kuqubuka umlilo owabulala abantu abangu-237 endaweni yokuzijuxuza eBrazil, nokubikwa ukuthi leli nani lingase linyuke.

UMnyango wezeMpilo eRio Grande do Sul , nalapho kwenzeka khona lesi sibhicongo eKiss Nightclub, edolobheni iSanta Maria, awuzange ukhiphe mininingwane etheni ngalokhu kushona.

Abaphenyi bathi abantu abaningi babulawa ukuhogela intuthu enobuthi kulandela ukuthi iqembu lomculo lalayitha amakhilikithi ngaphakathi kule kilabhu.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Reuters

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-21°C Sunny. Mild. Pta: 11-21°C Showers late. Morning clouds. Mild.
Jhb: 9-16°C Showers late. Mostly cloudy. Cool. Bloem: 8-19°C Morning clouds. Mild.
Dbn: 14-22°C Morning clouds. Cool. PE: 9-20°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...