Kushone izivakashi engozini eGreece

2012-09-14 08:00

Thessaloniki - Amaphoyisa aseGreece athi kushone abantu abane baseRussia kwathi abangu-30 balimala ngesikhathi kugingqika ibhasi emgwaqeni omkhulu ngaphandle kwedolobha iThessaloniki.

Leli bhasi liphaphalaze laphuma emgwaqeni ngesikhathi kuna izulu ngoLwesihlanu.

Izivakashi lezi beziyiswa esikhumulweni sezindiza njengoba beziphindela eRussia.

Abagibeli abangu-17 kuleli bhasi baphume bengenamiyocu.

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 9-14°C Numerous showers. Afternoon clouds. Cool. Pta: 6-23°C Sunny. Refreshingly cool.
Jhb: 3-19°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 7-20°C Sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 17-29°C Sunny. Pleasantly warm. PE: 16-22°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...