Kushone izingane zigxobana eChina

2013-02-27 10:02

Beijing - Kushone okungenani izingane ezine kwathi eziyisikhombisa zalimala ngesikhathi kuqubuka isiphithiphithi zigxobana esikoleni samabanga aphansi enkabeni yeChina ngoLwesithathu.

Izingane ezilimele ziphuthunyiswe esibhedlela ngemuva kwalesi sibhicongo eQinji School, elokishini iXueji, esifundazweni iHube, ngokusho kombiko kahulumeni wendawo utshela iChina News Service.

Izikhulu zendawo zithi kuyaphenywa ngembangela yale ngozi eyenzeke ngabo-06:15.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa-DPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-22°C More sun than clouds. Cool. Pta: 19-29°C Heavy rain. Morning clouds. Warm.
Jhb: 15-24°C Heavy rain. Morning clouds. Mild. Bloem: 18-32°C Showers late. High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 18-28°C Morning clouds. Warm. PE: 15-30°C Sunny. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...