Kushone abasebenzi emayini e-Iran

2012-12-18 14:30
Yabelani Shicilela

Tehran - Kuwe ingxenye yemayini yamalahle enkabeni ye-Iran kwashona abasebenzi abane kwathi abanye abane baduka, kusho abezindaba kuleliya lizwe, becaphuna izikhulu.

Kungenzeka ukuthi lesi sigameko sidalwe ukuqhuma kwenhlanganisela yamagesi ayingozi, nokwenzeke ngasedolobheni iTabas, kusho umphathi walo u-Ahmad Talebian Moqadam etshela abezindaba zeFars.

Izikhulu zithi lokhu kwenzeke ngabo-05:30 kwavala umhhume ophumela ngaphandle kule mayini eqashe abasebenzi abangu-40.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa - AFP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-16°C Showers early. More sun than clouds. Cool. Pta: 3-17°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-14°C Sunny. Cool. Bloem: 1-15°C Sunny. Cool.
Dbn: 9-25°C Sunny. Mild. PE: 12-20°C Partly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...