Kushone abasebenzi eChina

2013-01-02 11:00

Beijing - Iziphathimandla zaseChina zithi kushone abasebenzi abahlanu kwalimala abangu-18 eShanghai endaweni yokwakha.

Abengamele ezokuphepha kwabasebenzi eShanghai, iShanghai's Work Safety Administration bathe kuwe ukhonkolo esifundeni sasePudong ngezithuba zabo-21:00, ngosuku olwandulela unyaka omusha.

Abezindaba baseChina bathi kusaphenywa ngembangela yokuwa kukakhonkolo.

Ukuphepha ezindaweni zokwakha kusayinselelo kakhulu eChina, njengoba imithetho ngokujwayelekile ishaywa indiva nje.




 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-19°C Sunny. Mild. Pta: 17-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 14-24°C Sunny. Mild. Bloem: 17-25°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 15-28°C Sunny. Warm. PE: 16-22°C Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...