Kushone 6 kuqhuma ibhomu eSomalia

2013-01-29 12:01

Mogadishu - Kubulawe okungenani abantu abayisisthupha ngesikhathi idelakufa liziqhumisa ngebhomu ngaphandle kweHhovisi likaNdunankulu waseSomalia ngoLwesibili, kusho izikhulu.

"Ngibone izidumbu eziyisithupha kanti abanye abantu bebelimele," kusho u-Abdukadir Ali, noyisikhulu sombutho wezempi eSomalia, nohlala eduze kwalapho kwenzeke khona lesi sibhicongo eMogadishu.

Kukholakala ukuthi iningi labashonile lingamaphoyisa noma amasosha.

UNdunankulu Abdi Farah Shirdon Said ubesehhovisi lakhe ngesikhathi kuqhuma leli bhomu, kodwa akazange alimale.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-26°C Sunny. Warm. Pta: 17-26°C Heavy rain early. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 12-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 14-27°C Showers late. More clouds than sun. Pleasantly warm.
Dbn: 17-18°C Rain showers. More clouds than sun. Cool. PE: 15-20°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...