Kushone 6 kuliwa ePhilippines

2011-04-26 10:46

Manila - Kubulawe isosha namavukelambuso ayisihlanu ngesikhathi kunokuhilizisana ngaphandle kwaseManila ngoLwesibili, kusho owombutho wezempi.

UColonel Hilario Vicente Lagnada uthe le mpi iqubuke eSan Jose del Monte esifundazweni saseBulacan, nokungamakhilomitha angu-30 ukusuka eManila.

"Abaningi balimale kabi kulesi sigameko," esho.

ULagnada uthe amasosha athole izimpahla ezishiywe amavukelambuso ngesikhathi ebaleka.

Uhulumeni nabaholi bamavukelambuso abazinze eNetherlands baqala izinkulumo zokuthula ngoJanuwari nesezibambezeleke iminyaka eyisikhombisa.

Lezi zinhlangothi zombili zihlose ukuphothula lezi zingxoxo esikhathini esingangezinyanga ezingu-18.

- Sapa-DPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-24°C High level clouds. Mild. Pta: 17-30°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 14-24°C Passing showers. Morning clouds. Mild. Bloem: 14-18°C Rain showers. Broken clouds. Mild.
Dbn: 17-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 16-19°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...