Kushone 5 kudutshulwa eMelika

2012-12-10 14:02

Porteville - Ikhale iphindelela insimbi yasesontweni ememezela ngokushona kwabantu besigodi esithile eTule River Indian Reservation ngemuva kokuthi indoda ivuke umbhejazane idubula kwasani eyibona phambi kwayo.

Kulesi sigameko kushone owesifazane nezingane zakhe ezintathu, nomsolwa washona edubulana namaphoyisa.

Iziphathimandla zivimbezele uHector Celaya, 31, emgwaqeni osemaphandleni ngoMgqibelo ebusuku kulandela lesi sigameko esishiye nezinye izingane ezimbili zilimele.

UCelaya ushone ngesikhathi amaphoyisa evulela ngenhlamvu.

Akekho owaziyo ukuthi uCelaya ubesukwe yini ngesikhathi ebulala izihlobo zakhe.

Enye ingane edubulekile igcine ngokushonela esibhedlela.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-18°C More sun than clouds. Mild. Pta: 13-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-22°C Morning clouds. Mild. Bloem: 14-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 17-27°C More sun than clouds. Warm. PE: 14-21°C Numerous showers. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...