Kushone 5 esigamekweni sokudubula eMoscow

2012-11-07 14:04
Yabelani Shicilela

Moscow - Indoda, 30, idubule yabulala okungenani abantu abahlanu ehhovisi eliseMoscow kwathi abanye yabalimaza kanzima, okubalwa nobeyintombi yakhe, kusho umbiko wezindaba i-Interfax News Agency ngoLwesithathu.

Izikhulu zithi le ndoda ingene ingasadle zinkobe zamuntu lapho bekusebenza khona lowo eyayithandana naye, 24, yadubula ngezibhamu ezimbili.

Ube esezinikela emaphoyiseni.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa-DPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-23°C Sunny. Mild. Pta: 10-19°C Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 8-15°C More sun than clouds. Cool. Bloem: 9-20°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 14-23°C Sunny. Mild. PE: 12-24°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...