Kushone 4 kuqubuka umlilo

2012-10-03 12:01

Jakarta - Izikhulu zithi ukugcinwa kukawoyela ngokungemthetho esiqhingini esiseSumatra, e-Indonesia, kudale ukugqamuka kwaamalangabi kwashona abantu abane kwalimala inqwaba.

U-Ali Mundakir, okhulumela inkampani kawoyela engaphansi koMbuso, iPertamina, kugqamuke amalangabi ngoLwesithathu ekuseni ethangini ebekugcinwe kulona uwoyela esifundeni iMusi Banyuasin.

Okhulumela amaphoyisa endawo uLieutenant Colonel Djarod Padakova uthe inqwaba yabantu iphuthunyiswe esibhedlela.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa - AP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Ushonele endleleni umvukuzi wasemayini

Emizuzwini eyi-21 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-19°C Sunny. Mild. Pta: 5-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-18°C Sunny. Mild. Bloem: 4-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 10-25°C Sunny. Mild. PE: 15-26°C Sunny. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...