Kushone 4 kuqhuma ibhomu eNepal

2012-04-30 10:07
Yabelani Shicilela

Katmandu - Amaphoyisa athi ibhomu eliqhume emakethe ephithizelayo eningizimu nedolobha eliseNepal, libulale okungenani abantu abane.

Amaphoyisa athi lesi sigameko senzeke ngoMsombuluko ngesikhathi sesiminyaminya eJanakpur.

Kuthiwa kulimale abantu abayishumi, kodwa imininingwane ayicaci kahle.

Amaphoyisa asaphenya ngalesi sigameko.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-17°C High level clouds. Cool. Pta: 7-20°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-17°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 4-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 11-24°C Sunny. Mild. PE: 11-18°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...