Kushone 4 kubihlika umhlaba eNepal

2012-10-01 10:20
Yabelani Shicilela

Katmandu - Isikhulu saseNepal sithi ukubihlika komhlaba kugugule izimoto emgwaqeni omkhulu osentabeni kwashona abantu abane kwathi abayisishiyagalolunye baduka.

Isikhulu sikahulumeni uPurushottam Ghimire uthe ukubihlika komhlaba kugugule izimoto eziyisihlanu ebezihamba kuMechi Highway ngaseKilbung, empumalanga neNepal.

Uthi kutakulwe abantu abayisishiyagalombili, kwatholakala izidumbu ezine.

Imininingwane ayicaci kahle okwamanje, kodwa abatakuli basendaweni yesehlakalo.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa - AP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kushone 12 eqhweni eNepal

2014-04-18 14:03
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-24°C Morning clouds. Mild. Pta: 11-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 11-20°C Sunny. Mild. Bloem: 9-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-28°C Afternoon clouds. Warm. PE: 15-22°C Showers late. Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...