Kushone 36 engozini evelele isikebhe

2012-10-02 10:01
Yabelani Shicilela

Hong Kong - Uhambo lwesikebhe obekuyobungazwa ngalo iNational Day luphenduke izinyembezi ngesikhathi sishayisana nomkhumbi sase sicwila eHong Kong, kwashona abantu abangu-36, kusho izikhulu ngoLwesibili.

Bangaphezu kuka-120 abagibeli nabasebenzi abebekulesi sikebhe ukuyobuleka okhilikithi echwebeni eliseVictoria ngoMsombuluko ngesikhathi kwehla le nhlekelele ngasesiqhingini iLamma.

"Bangu-28 abaqinisekiswe ukuthi bashonele endaweni yesehlakalo kwathi abayisishiyagalombili bashonela esibhedlela," kusho isitatimende sikahulumeni.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- AFP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-20°C High level clouds. Mild. Pta: 10-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 10-18°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 5-22°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 16-23°C Morning clouds. Mild. PE: 14-21°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...