Kushone 3 kuwa ibhuloho eMumbai

2013-02-07 07:23

Mumbai - Ukuwa kwebhuloho ebelakhiwa esikhumulweni sezindiza eMumbai lishiye abantu abathathu bekobandayo kwathi abayisithupha balimala, kusho amaphoyisa aseNdiya ngoLwesine.

"Kuwe ingxenye enkulu yebhuloho ngoLwesithathu ebusuku, yacindezela inqwaba yabantu," kusho u-Uttam Korekar, noyisikhulu samaphoyisa, etshela abe-AFP ngale ngozi.

"Iningi labashonile nabalimele bebengabasebenzi," esho.

Leli bhuloho beliyingxenye yohlelo lokwakha olukhulu eChhatrapati Shivaji International Airport.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-20°C Mostly sunny. Cool. Pta: 18-30°C Showers early. Morning clouds. Warm.
Jhb: 16-26°C Showers early. Morning clouds. Pleasantly warm. Bloem: 16-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 20-26°C Showers late. More clouds than sun. Mild. PE: 16-23°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...