Kushone 3 kuphahlazeka indiza

2012-12-11 10:30

Rockford - Izikhulu eMelika zithi kushone abantu abathathu ngesikhathi kuphahlazeka indiza yabezempilo enhla ne-Illinois.

AbakwaFederal Aviation Administration bathi indiza iphahlazeke ngoMsombuluko ebusuku, ngesikhathi isuka eRockford, ngasemgceleni iWisconsin, iya esibhedlela eMendota.

Indiza ngeyasesibhedlela iRockford Memorial Hospital, okhulumla isibhedlela uLaura Maher uthe abashonile ngabasebenzi basesibhedlela, uthe asikho isiguli ebesiphakathi ebhanoyini.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Okusha ngabaphuza kakhulu utshwala

Emizuzwini eyi-39 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-22°C Mostly sunny. Mild. Pta: 18-27°C a few tstorms. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 14-21°C Passing showers. Partly sunny. Mild. Bloem: 14-22°C Numerous showers. Morning clouds. Mild.
Dbn: 20-29°C Rain late. Afternoon clouds. Warm. PE: 17-20°C Showers late. More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...