Kushone 3 kuphahlazeka indiza

2012-11-14 10:03

Jackson - Kuphahlazeke indiza encane kwashona abashayeli abathathu abakade bephakathi, edolobheni laseJackson, eMississippi, ngoLwesibili, kusho izikhulu.

Indiza iphahlazekele emzini othize, umninimuzi waphuma enemihuzukwana engatheni.

Indiza iPiper PA-32, enenjini eyodwa, ibiqeda ukusuka esikhumulweni iHawkins Field Airport ihlangabezane nobunzima isemoyeni, iphoyisa elibonile kwenzeka lokhu lithe bekubukeka sengathi iphelelwe ngamafutha.

Indiza ishayise izihlahla ngaphambi kokushayisa umuzi, kube sekugqamuka umlilo.



 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- Sapa - AP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-16°C Morning clouds. Cool. Pta: 11-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 13-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 6-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-26°C More sun than clouds. Mild. PE: 12-20°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...