Kushone 3 kuhlaselwa eLas Vegas

2013-02-22 07:36

Las Vegas - Kushone abantu abathathu eLas Vegas ngesikhathi oshayasibhamu abebehamba ngeRange Rover bevulela ngenhlamvu emotweni yohlobo lweMaserati, kwashona umshayeli kwase kuholela ekutheni imoto iphaphalaze ishayise ezinye.

IMaserati ishayise itekisi ebinabantu ababili, kusho okhulumela amaphoyisa kaMasipala eLas Vegas, u-Officer Jose Hernandez.

Itekisi leli libe seligqamuka amalangabi, lasha laba ngumlotha nabantu abebephakathi.

Amaphoyisa athi kusolakala ukuthi le mpi iqale endaweni yokugembula, kodwa athi uphenyo luyaqhubeka.

Kuphinde kwalimala abantu abathathu kulesi sigameko.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Reuters

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kubulawe izingane ezingu-8

2014-12-19 08:55
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-21°C Sunny. Cool. Pta: 17-29°C Showers late. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 15-25°C Showers late. More clouds than sun. Mild. Bloem: 17-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-27°C More sun than clouds. Warm. PE: 17-23°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...