Kushone 3 emcimbini weHalloween

2012-11-02 07:33
Yabelani Shicilela

Madrid - Ukugxobana kwabantu lapho bekuhlangene khona izinkulungwane emcimbini weHalloween, kubulale abesifazane abathathu kwathi ababili balimala kabi ngoLwesine, kusho izikhulu.

Lesi sigameko senzeke ngabo-04:00 eMadrid Arena, nalapho bekunediskho khona kudlala uDJ Steve Aoki waseMelika.

Kukhona obe eseqhumisa ukhilikithi, nokudale isiphithiphithi, kusho iPhini leMeya uMiguel Angel Villanueva.

Kuthiwa lesi sigameko sishiye abantu bembondelende ndawonye phansi, omunye phezu komunye.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa - AP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-23°C Sunny. Mild. Pta: 9-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 8-16°C Morning clouds. Cool. Bloem: 6-20°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 15-26°C Sunny. Mild. PE: 14-24°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...