Kushone 19 kwehla ingozi yebhasi eChina

2011-11-16 08:11

Beijing - Kushone abantu abangu-19, okubalwa nezingane ezingu-17, ngesikhathi ibhasi elithwala izingane zesikole lehlelwa yingozi enyakatho ntshonalanga neChina ngoLwesithathu, kubika inhlangano yezindaba iXinhua.

Le ngozi yenzeke ngo-9:40 eZhengning, esifundazweni iGansu, kubika leli phephandaba ngaphandle kokucaphuna imithombo yalo.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-15°C Rain showers. Mostly cloudy. Cool. Pta: 13-32°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 14-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 8-20°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 17-36°C Sprinkles late. More sun than clouds. Hot. PE: 15-21°C Showers early. Partly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...