Kushone 15 engozini yebhasi eChina

2011-12-13 08:49
Yabelani Shicilela

Beijing –Kushone izingane zesikole ezingu-15 engozini yebhasi eyenzeke empumalanga kwaseChina ngoLwesibili, emuva kwengozi efanayo kuleliya lizwe ngenyanga edlule.

Kushone izingane ezingu-15, kwalimala eziyishagalombili, omunye wabo kakhulu, kusho okhulumela uhulumeni wesifundazwe saseJiangsu.

IXinhua News Agency ithe ngoLwesibili lebhasi ibiphethe abafundi abangu-29, futhi ibikwazi ukugibelisa abantu abangu-52.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- Sapa - AP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-17°C High level clouds. Cool. Pta: 7-20°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-17°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 4-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 11-24°C Sunny. Mild. PE: 11-18°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...