Kushone 14 wabantu efemini eChina

2012-12-05 07:21

Beijning - Amaphoyisa abophe osolwa ngokuqala umlilo ngemuva kokushona kwabesifazane abangu-14 efemini yezingubo zokugqoka esifundazweni iGuangdong, eChina.

Lo msolwa, owaziwa ngesibongo sakhe okunguLiu, uvumile ukuthi nguye oqale umlilo ngoLwesibili ntambama, kungombiko weChina News Service.

Kulimale nabanye abasebenzi kulo mlilo.

ULiu zimkhalele ngoLwesibili njengoba amaphoyisa esaphenya.



  - Landela IzindabaNews24 kuTwitter 

- Sapa-DPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kuhlaselwe kwabulawa inqwaba e-Afghan

Emizuzwini eyi-50 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 19-26°C Sunny. Mild. Pta: 19-27°C Widely scattered tstorms. Morning clouds. Warm.
Jhb: 14-22°C Isolated tstorms. More clouds than sun. Mild. Bloem: 17-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 17-24°C Showers early. More clouds than sun. Mild. PE: 18-27°C Morning clouds. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...