Kushone 13 wezingane kusha isikole

2013-04-02 12:01

Yangon - Umlilo ubhubhise izingane eziyishumi nantathu esikoleni samaSulumane esisenkabeni yeYangon ngoLwesibili ekuseni, kulandisa amaphoyisa aseMyanmar.

Lo mlilo, okusolakala ukuthi uqalwe ukuthikamezeka kukagesi uqale ezintatha ngo-03:00, kuqhuba amaphoyisa.

Bonke abashonile bebefunda kulesi sikole esihlangene nethempeli, kwasinda abangu-70.

Izikhulu zithe kukhona okushaya amanzi ngalo mlilo kanti basola isandla semfene.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-22°C High level clouds. Mild. Pta: 14-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-25°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 8-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 17-21°C Partly cloudy. Cool. PE: 15-19°C Decreasing cloudiness. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...