Kushone 13 kugingqika ibhasi eNepal

2012-12-28 12:05
Yabelani Shicilela

Katmandu - Ibhasi liphaphalaze laphuma emgwaqeni layokhalakathela eweni elinomfula ngezansi eNepal, kwashona okungenani abantu abangu-13 kwathi abangu-11 balimala kabi.

Isikhulu samaphoyisa uBinod Ghimire uthe le ngozi yenzeke ngaseDhasrathpur ngoLwesihlanu ekuseni.

Amaphoyisa nabombutho wezempi bayasiza ekutakulweni kwabantu, kodwa imininingwane ayicacile.

Izingozi zemigwaqo zivamile eNepal, kanti kusolwa imigwaqo engemihle nezimoto ezingekho esimweni sokuhamba emigwaqeni.

 

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa - AP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-16°C a few showers. More sun than clouds. Cool. Pta: 3-17°C Sunny. Mild.
Jhb: 2-13°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 1-15°C Sunny. Cool.
Dbn: 9-25°C Sunny. Mild. PE: 12-20°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...