Kushone 13 engozini eChina

2012-07-24 10:00
Yabelani Shicilela

Beijing - Abezindaba eChina babike ukuthi kushone abantu abangu-13 kwathi abayisikhombisa balimala ngesikhathi kugingqika isithuthuthu esinamasondo amathathu eningizimu nezwe.

I-Xinhua News Agency ibike ukuthi lesi sithuthi ebesihamba emgwaqeni owubhuqu esifundazweni iFujian sigingqike ngesikhathi siphonseka ebhuluhweni ngoLwesibili ekuseni.

Kuthiwa lesi sithuthi besilayishwe ngokweqile.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa - AP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-18°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Pta: 8-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 10-19°C Sunny. Mild. Bloem: 9-23°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 17-29°C High level clouds. Pleasantly warm. PE: 12-19°C Showers late. Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...