Kushone 12 kuphahlazeka indiza

2015-08-07 14:32

Islamabad -  Abantu abangu-12 bashone ujuqu ngesikhathi bephahlazeka nendiza enophephela emhlane yombutho enyakatho yentshonalanga yePakistan, ngokusho kweziphathimandla.   

"Bonke bobawu-12 abantu abebekule ndiza bashone ujuqu kanti bebesebenzela umbutho wamasosha asePakistan.

Bebelibangisa endaweni ebizwa ngokuthi," kusho isikhulu esiphezulu sombutho.  

OLUNYE UDABA: Umfana, 11, usolwa ngelokubulala ingane

"Abashonle kubalwa odokotela, abosizo lokuqala, abashayeli bendiza," esho. 

Imizimba engu-11 itholakale endaweni yesigameko laphp kuphahlazeke khona indiza ngaseMansehra esifundazweni Khyber Pakhatunkhwa. 

Imbangela yale ngozi ibingakaziwa kodwa iziphathimandla zidalule ukuthi zizoyiphenya. 

        - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

            - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- AFP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-17°C Rain early. More sun than clouds. Cool. Pta: 13-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-28°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 9-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 15-23°C More sun than clouds. Mild. PE: 14-18°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...