Kushone 11 kusuka izibhelu eYemen

2012-12-25 12:01

Sanaa - Umbutho wezempi eYemen uhlasele amadoda esigodi esithile nasolwa ngokucekela phansi ipayipi likawoyela empumalanga neYemen, nokususe udlame olushiye abantu abangu-11 beshonile.

Abashonile kubalwa abasolwa abayisikhombisa namasosha amane.

Umthombo ongathandanga ukuzidalula uveze ukuthi amasosha aqale ukuhlasela ezintatha eHabab Valley.


 

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-21°C High level clouds. Cool. Pta: 15-24°C Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 11-19°C Afternoon clouds. Mild. Bloem: 9-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-22°C Showers early. Morning clouds. Cool. PE: 14-25°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...