Kushone 10 kuqhuma ibhomu e-Afghan

2012-11-29 12:01
Yabelani Shicilela

Kandahar - Ibhomu ebelitshalwe eceleni komgwaqo libulale abantu abayishumi, okubalwa abesifazane nezingane, kwathi abayisishiyaglombili balimala ngesikhathi licekela phansi iveni eningizimu ne-Afghanistan ngoLwesine, kusho izikhulu.

Le mindeni ibisendleleni eya kovakashela isihlobo ebesisanda kubuya eMecca ngesikhathi imoto abebehamba ngayo ishaywa yileli bhomu eDih Rawud, esifundeni esisemaphandleni esifundazweni i-Uruzgan, kusho umphathi wesifunda uNematullah Khaliqi etshela i-AFP. 

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AFP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-24°C More sun than clouds. Mild. Pta: 10-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-17°C Sunny. Mild. Bloem: 5-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 15-26°C Sunny. Mild. PE: 13-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...