Kusekukhulu okuzayo - Obama

2012-11-07 10:01

Chicago - UMengameli waseMelika uBarack Obama utshele abalandeli bakhe abebechwaza yinjabulo ukuthi "kusekuningi okuhle okuzayo" ezweni njengoba enqobe ihlandla lesibili equmba phansi imbangi yakhe uMitt Romney.

Ekhuluma ekomkhulu lomkhankaso eChicago, u-Obama uthe ukhulume noRomney ngocingo lapho ebemhalalisela khona ngokunqoba kwakhe, wathi basazoqhubeka nokusebenzisana benalo mholi waseMassachusetts.

"Silwe saze sabukana sifuna ukunqoba," kusho u-Obama, "lokho bekungenxa yokuthi siyalithanda leli lizwe."


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa - AFP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-17°C High level clouds. Mild. Pta: 11-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 9-20°C Sunny. Mild. Bloem: 5-19°C Sunny. Mild.
Dbn: 18-23°C Partly cloudy. Mild. PE: 12-19°C Light rain. More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...