Kuqubuke impi eDamascus

2012-12-04 14:02

Beirut - Izishoshovu zithi kuqhubeka impi ephakathi kwabashokobezei namasosha esikhumulweni sezindiza edolobheni elisenhlokodolobha yaseSyria, iDamascus.

Inhlangano i-Observatory for Human Rights ithi ngoLwesibili kutholane phezulu amasosha kaMengameli uBashar Assad kanye namavukelambuso.

Impi iqhubeke emadolobheni iBeit Saham, Akraba, iseYalda kanye nasesikhumulweni sezindiza.

Abe-Observatory bathole lo mbiko okhishwe yizishoshovu ezikhona eDamascus, impi kule ndawo yaqala ngenyanga kaMashi, ngesikhathi bevukela umbuso ka-Assad.





 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- Sapa - AP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-19°C Sunny. Mild. Pta: 5-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-17°C Sunny. Mild. Bloem: 3-19°C Sunny. Mild.
Dbn: 11-24°C Sunny. Mild. PE: 14-26°C High level clouds. Pleasantly warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...