Kuqinisekiswe ezinye izigameko ze-meningitis

2012-10-15 07:21

Washington - Isifo sekhanda elingapheli i-fungal meningitis isihlasele abantu abangu-205 kwathi abangu-15 bashona eMelika, kusho izikhulu njengoba zithi akuqashelwe.

Amadolobha angu-14 ahlaselwe yilo bhedukane, kusho iCentres for Disease Control and Prevention.

NgoMgqibelo kubikwe izigameko ezingu-198 iMelika yonke.

Kuthiwa isimo sibi kakhulu eTennessee, nalapho kubikwe khona izigameko ezingu-53 kwashona nabantu abayisithupha.



 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-16°C Mostly sunny. Cool. Pta: 6-16°C Sunny. Refreshingly cool.
Jhb: 1-10°C Sunny. Cool. Bloem: 2-12°C More clouds than sun. Cool.
Dbn: 13-17°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 11-16°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...