Kuphenywa udokotela wabesifazane

2012-07-24 16:50

Berlin - Amaphoyisa aseJalimane aphenya udokotela wabantu besifazane phecelezi i-Gynaecologist ekuthiwa uthwebula izithombe zangasese zabesifazane abasuke bezokwelashwa, esebenzisa imishimi emincane ayifihlayo.

"Bayisishiyagalolunye abesifazane asebevule amacala bekhalaza ngalo dokotela oneminyaka engu-41 ubudala," kusho uMshushisi woMphakathi uHenner Kruse.

Abaphenyi bathi udokotela ubefihla epenini noma ewashini, imishini emincane yokuthwebula.

Uphenyo oluphelele ngodokotela lungase kuphothulwe ngoSephthemba.

Ngenyanga ka-Ephreli amaphoyisa aphenya udokotela owatholakala nezithombe zeziguli zakhe ezingu-35 000, wabanjwa namafilimi abesifazane abanqunu.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
2 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-16°C Showers early. More sun than clouds. Cool. Pta: 8-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 8-22°C Sunny. Mild. Bloem: 8-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-29°C Sunny. Warm. PE: 15-21°C Partly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...