Kuphahlazeke indiza yaseRussia ithwele 43

2012-04-02 07:23
Yabelani Shicilela

Moscow - Ibhanoyi laseRussia liphahlazeke lithwele abantu abangu-43 eSiberia, labulala okungenani abantu abangu-16 njengoba kusahlengwe abangu-12, kusho abosizo lokuqala.

Le ndiza, i-ATR 72, iphahlazeke entshonalanga neSiberia edolobheni iTyumen, kusho okhulumela uMnyango weZimo eziPhuthumayo, u-Irina Andrianova.

Utshele abeReuters ukuthi kuhlengwe abantu abangu-12 kwatakulwa izidumbu ezingu-16 endaweni yesehlakalo.

Ngokombiko, bekunabagibeli abangu-39 nabasebenzi abane.

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Reuters

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-19°C More sun than clouds. Mild. Pta: 9-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 9-18°C Sunny. Mild. Bloem: 4-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 13-26°C Sunny. Mild. PE: 16-21°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...