Kuphahlazeke indiza e-Indonesia

2011-09-29 07:02
Yabelani Shicilela

Jakarta - Okhulumela uMnyango wezokuThutha uthe kuphahlazeke indiza encane ebithwele abantu abangu-18, nokusatshelwa ukuthi bashone bonke, entshonalanga ne-Indonesia.

UBambang Ervan uthe indiza iCASA C-212 iphahlazeke ngoLwesine endaweni yaseBahorok.

Ibithwele abasebenzi abathathu nabagibeli abangu-15.

I-Indonesia, nokuyizwe elinabantu abangu-240 million, isolokhu ihlaselwe yizingozi kule minyaka embalwa eyedlule.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter



 

- Sapa - AP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-20°C High level clouds. Mild. Pta: 10-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 10-18°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 5-22°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 16-23°C Morning clouds. Mild. PE: 14-21°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...